Nobuhle, Kabza De Small & Young Stunna – Izintaba Lyrics

Nobuhle, Kabza De Small & Young Stunna – Izintaba Lyrics
Izintaba
Nobuhle, Kabza De Small & Young Stunna
    Lyrics copied!
    Izintaba Album Art
    "Izintaba." - Nobuhle, Kabza De Small & Young Stunna

    Album: Izintaba - Single
    Track No: 01
    Wathi dudlu ntombi ngiyakuthanda
    Ngathi ayi webhuti udlala ngami
    Wathi ufun' ukubona abazali
    Nami ngavuma
    Nami ngavuma
    Zimane zibe kude
    Izintaba ezifihla wena
    Oh zimane zibe kude
    Izintaba ezifihla wena
    Oh dali my dululu love
    Vel'ulethe izinkomo zikababa ekhaya
    Oh dali my dululu love
    Vel'ulethe izinkomo zikababa
    Kikiza ma
    Giya webaba
    Nami sengithol'umuntu
    Uthando lwamanje ngiyalwesaba
    Ngiyabonga dali
    Ngiyabonga dali
    Oh dali my dululu love
    Vel'ulethe izinkomo zikababa ekhaya
    Oh dali my dululu love
    Vel'ulethe izinkomo zikababa ekhaya
    Kikiza ma
    Giya webaba
    Nami sengithol'umuntu
    Uthando lwamanje ngiyalwesaba
    Ngiyabonga dali
    Ngiyabonga dali
    Wentombi ayishelwa
    Ziyeza ziphelele
    Tshela abomalume
    Siyofika ngengoma
    Bath'Uthando aluthengwa
    Kodwa nginama phepha
    Ngibon'umndeni esingawenza
    Ingakho ngikusondeza
    Aww wentombi ayishelwa
    Iyinsizwa ziphelele
    Wakheth'ukuba lana
    Wentombi ayishelwa
    Ngizizwa ngiphelele
    Ingakho ngikuthanda
    Zimane zibe kude
    Izintaba ezifihla wena
    Oh zimane zibe kude
    Izintaba oh my love
    Zimane zibe kude
    Izintaba ezifihla wena
    Oh zimane zibe kude
    Izintaba ezifihla wena (Zidilike)
    Oh dali my dululu love
    Ngizoziletha izinkomo zikababa ekhaya
    Oh dali my dululu love
    Ngizoziletha izinkomo zikababa ekhaya
    Kikiza ma
    Giya webaba
    Nami sengithol'umuntu
    Uthando lwamanje ngiyalwesaba
    Ngiyabonga dali
    Ngiyabonga dali

    Writer(s): Kabelo Motha.

    All lyrical content displayed on this website is the intellectual property of its respective copyright holders. No ownership is implied, and no copyright infringement is intended.

    Get the Latest Lyrics Updates!

    Subscribe now and never miss a new song lyric update.

    Failed to load audio, please try again later.
    Failed to load song data.
    Invalid email address entered!
    Enter your suggestion!
    Thanks for your suggestion!
    Link copied
    Stop & exit Playlist

    Suggest a Lyrics Edit

    Stop Song
    Rhyto-Artwork

    Izintaba

    Rhyto
    × Add Rhyto to your Home Screen!